Unisa Press

Isililo

Author: Mathaba, Siphamandla Clement et al
Published: 2014-10-22 00:00:00.0
ISBN: 987-1-86888-765-1
Number of pages: 251
Contact:

Business Section

012 4293515 / 3448

How to buy:

Business Section

012 4293515 /3448

This book is not available in electronic format

About the book

IsiZulu version

Le ncwadi iyiqoqo lezindaba ezimfishane ezimayelana nezinkinga imiphakathi eyahlukene yaseNingizimu Afrika ehlangabezana nazo. Izindikimba okukhulunywa ngazo kuleli qoqo zifaka phakathi ukuqwashisa ngodlame emindenini nokuvame ukuba kuphethe ngokuhlukumezeka kwabantu besifazane nezingane; ukuqwashisa ngokuhlukumezana ngokobulili emsebenzini; ukuqhakambisa ukubaluleka kwemfundo kanye nolwazi lwendabuko; ukusebenzisa izinkundla zesimanje zokuxhumana budedengu noma ngokuhlambalaza kuholela ekuthunazeni isithunzi sabanye abantu okwenza banqume ukuba bazibulale.

Okuncomeka kakhulu ngaleli qoqo ukuthi ngaphezu kwakho konke liyisililo esikhihlwa yibona bobubili ubulili – ababhali besilisa nabesifazane babhale izindaba zabo bebuka izinto ngeso lobulili abayibona.

English

This book is a ground-breaking collection of short stories which deals with a wide range of issues affecting the entire cross-section of South African society. The themes covered in this collection include raising awareness about the promotion of education and indigenous knowledge systems; domestic violence, and its common sequel, the abuse of women and children; sexual harassment in the workplace; the misuse of modern means of communication such as social networks which often results in humiliation or even death of the people affected mainly through suicide.

Interestingly the authors of this collection – which in all respects represents a tormenting cry – are both male and female and have written the stories from their particular gender perspective.

Table of content

sethulo v
Ukuhluzwa Kwendaba Emfishane vii
Siphamandla Clement Mathaba
1 Kwathi dwe! 1
2 Ebuhleni Nasebubini 13
3 Anginiphethe Nginiqhoqhobele 26
4 Livuthiwe Isheke 40
5 Iphunyukile Inkabi 53
Khanyisile Nokwazi Nkwanyana
6 Injalo-ke Impilo 63
7 Sicabangeleni Phela Nathi 77
8 Sonke Singabantu 90
9 Senzeni Baba? 103
10 Angisaqhubeki 116
Wilfred Khehla Nzimande
11 Uhambo Olude 126
12 Isithutha Sendoda Lesi? 136
Khethiwe Agrineth Mkhize
13 Ibhodlela 148
14 Kusinda Kwehlela 162
Mandla Maurice Ndlovu
15 Uzinyobulala 176
16 Izinhliziyo Ezibuhlungu 188
Halala Patience Mpanza
17 Impisi Eyembethe Isikhumba Semvu 203
18 Awu Kodwa Ngomntanami! 212
19 Ingubo Yomshado 222
20 Akukho Mkhwenyana La 233